IMPI YOMDABU ISETHUNJINI


This Novel is about a divided family. The eldest son of the Ngubane family, John Mbhabhadisi, lives an elite life with his family in Umlazi. Mbhabhasi’s sister, Linono has two children. When Linono marries a sugarcane cutter, her in-laws do not accept her fatherless children. Mbhabhadisi’s uncle, Ndosi Cele looked after these children until he succumbed to the pressure from the neighbours who say he must send the children to an urban area where they will get a better life. However, Mbhabhadisi refuses to take responsibility for his sister’s children. Mbhabhadisi and his wife are depicted floundering one mistake to the other.

Lenovel ikhuluma ngemfondo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokubona iNingizimu Africa isizuze inkululelo. Uthi uqhathanisa imfundo ezuzwe abasemadolobeni, eyiqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba umbhali abhale ngawo kuwumnndeni owodwa; khepha kuthi abanye uma sebefundile, babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni yasemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehlo omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemiphakathini ngobubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma izihibe zingakanani endleleni yakho. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambili kepha umuntu. Lenovel iqukethe: Isingeniso esinolwazi olujulile; Imibuzo yamazinga ahlukene.